Uzozi khathaza ngokuthi abantu bacabangani ngawe uma ungenakho ukuzethemba kane nesiqiniseko ngemizwa yakho, imicabango yakho, amaphupho kanye nombono wakho. Impilo yakho, imibono yakho kanye nama gugu ophila ngawo impilo okwakho; okwenziwa abanye okwabo nabo.
Udinga ukucaciseleka ngezinto ezibalulekile kuwe: ukuhloniphe, ubambelele kukho bese unga vumeli muntu akuphazamise endleleni yakho osuzi khethele yona.
Uhlezi usondelana noma uqhelelana namaphupho akho. Kubalulekile ukwazi ukuthi yini ofuna ukuyifeza, empilweni personally kanye nase msebenzini.
#AwushoKe uyishaya kanjani inyoni ngetshe ube unga yiboni?
Ngalo lonke icebo noma umbono onawo zibuze ukuthi:
*ini?
*kanjani?
*kuphi?
*nini?
*ubani?
Hlolisisa amaphupho akho kanye nezifiso zakho ube usebenzisa lemibuzo engenhla.
#bambaLa zazi wena ukuthi ungubani, unani futhi ufunani.
INKOMBA NKOMBA YEMPUMELELO COMING SOON
#SiyakhuthazanaNje

Comments
Post a Comment