Akekho umuntu oyingozi njengomuntu obuzwana naye uma ninga sezwani.
Ubungozi bakhe bucije okomcibishilo ngoba wazi indlela ocabanga ngayo. Indlela owenza ngayo, izindawo ozikhonzile nozihambayo, abantu ozwana nabo, ubuthaka bakho, okukucikayo noku kujabulisayo, izifiso namaphupho akho othola ukuthi beku cindezele ekutheni aphumelele wazi nezitha zakho ukuthi wabangani nazo.
Lomuntu uyingozi kanga ngoba engezwana ngisho nesitha senu ngoba nje efuna wena uzwe ubuhlungu, ngoba nje ufuna wena uzwele ukuthi akasekho empilweni yakho. Uthi enza lento ebuhlungu kuwe kodwa ebe ethi usafuna ukuzwana nawe ngoba uyazi la uthintwa khona wazi i soft spot yakho.
Wazi okweswele bese enza i emotional blackmail just nje ukuze ungabi ingozi njengoba naye eyingozi kuwe.
#IzwaLa Qaphela abantu okhuluma nabo noma ikephi ngoba awubazi noma suke sebe thunywe iloyo muntu yini.
Qaphela lokhu; kunabantu abangaku xoxela ngezindaba zabo ngoba bayakwazi wena uyakwazi kugcina imfihlo futhi vele cishe nezindaba zabo ezingasho lutho so they will trust you to keep their secrets but never trust them with yours ngoba some people banga doba izindaba zakho ngezabo ezingelona iqiniso ukuze bathole ubuthaka bakho.
Khumbula imfihlo imfihlo uma usayazi wedwa but waxoxela omunye ngoba ikushisa ingamshisa kakhulu loyo ngoba akakaze afike kule lizinga odlule kulo loku vivinywa kwempilo.
Futhi khumbula lokho ungake ucabange ukuthi usenkingeni edlula ezinye zabanye le okuyo ilingene wena ngoba ilingana nalokhu okufunayo empilweni yakho.
#bukaLa ilingana nesibusiso sakho, iyi training ye vision yakho.
Okwenzeka empilweni yakho kwenzeka ngesizathu uyaqiniswa uqiniselelwa isikhathi esizayo. Uqiniselwa okusa zofika uqiniselwa into osazoba iyo.
#bambaLa noma bengaku zonda bahlangane ngawe uyaqiniswa. Isitha siku phushela empumelelweni yakho.
Ungayi phoqi into noma umuntu odlulayo empilweni yakho. Uma edlula or ephuma empilweni yakho let them go and wish them well uqhubeke nempilo yakho uphile nabasa dinga ukuphila nawe.
#SiyakhuthazanaNje

Comments
Post a Comment