Ukonakala kobisi ukulunga kwamasi. Lo monakalo owubona empilweni yakho manje, uze uzibuze ukuthi kanti kuyoze kube nini mina ngishiywa sengithembile. Bekumele lonakale ubisi ukuze kube amasi kudleke.
#ungadideki ubisi aludleki kahle kahle, nokuba nendima ebalulekile emzimbeni. Kepha mhla ubisi luphenduka amasi, udla usuthe uze wozele.
#bambaLa kuJehova ayikho into ephelelwa isikhathi kepha uma izinto zika Jehova zibonakala sengathi ziyonakala zisuke zisaqala isigaba esisha.
...

Ungavumi ukubulawa ukukhala kwa namuhla ngoba ngeke ukubone ukuhleka kwa kusasa. Khala bese ukhululeka ukuthi AKUHLWE ukuze kuse UHLEKE
Facebook Page: Mxo Sobahle
Twitter: @Mxosobahle
Instagram: mxo_sobahle
YouTube Channel: #SiyakhuthazanaNje
Facebook Page: Mxo Sobahle
Twitter: @Mxosobahle
Instagram: mxo_sobahle
YouTube Channel: #SiyakhuthazanaNje
Comments
Post a Comment