Siyaphila nje emhlabeni sise mpini, impi la esilwela impumelelo, silwela khona uthando kanye nokulwela ukuthuthukisa izimpilo zethu. Sonke sise mpini kepha asilwi izimpi ezifanayo.
Okubi nje ukuthi kukhona abangaka nqobi ngisho neyodwa impi. Kunalezi zimpi ezingenaso isidingo, azinaso isicoco ngoba asizuzi lutho siyeke ukulwa lezi okumele sizilwe. Hlukana noku lwela uthando; uma uthandwa uyathandwa futhi uma ungathandwa awuthandwa.
#bambaLa uthando lwangempela lutholakala ku...Jehova ngoba yena uwuthando.

Bese kuzoba ilempi esiyilwa sonke yokulwela ukwenza izimpilo zethu zibe ncono. Sonke sizalwe silingana futhi sonke sidalelwe impumelelo.
#IzwaLa uma ufuna impumelelo kumele ulindele ukhuthi uzozwa ubuhlungu maphakathi nempi. Lindela ukuthi abanye abantu bazo ziqhelisa kuwe. Lindela ukulwa kepha wazi ukuthi lempi obhekene nayo akuyona eyakho kepha ngeka Jehova.
Vuka wenze, ungathi uzokwenza kusasa ngoba kusasa kuzobe kuno kunye okudinga wena. Ukuthi awuphumelelanga namuhla akusho ukuthi kusasa ngeke uphumelele.
Baningi ababe phinda ama class esikoleni besafunda kodwa namuhla baphumelele empilweni ngoba behluleka baphinde bazama futhi.
Ungabheki asebe phumelele empilweni ngoba bezalelwe emalini bese ukhohlwe ukuthi nawe awudalelwanga ukufa futhi awuzi khethelanga ukuthi uzalelwe enhluphekweni kepha ukufela enhluphekweni uyobe uzikhethele wena.
👊
ðŸ’
⏰

Facebook Page: Mxo Sobahle
Twitter: @MxoSobahle
Instagram: mxo_sobahle
YouTube Channel: #SiyakhuthazanaNje
Comments
Post a Comment