UJEHOVA AKASIBUKI NJENGOBA ABANTU BESIBUKA
Ukunga thandwa kwakho abantu akusho ukuthi noJehova akaku thandi. Ukuthi abantu balwisana nempumelelo yakho akusho ukuthi ngeke uphumelele ngoba uJehova kade agqiba ngempilo yakho.
Kungenzeka abantu bayaziqhelisa kuwe, nase msebenzini sebeze baku khuluma kabi naku baphathi kodwa #bukaLa noma banga yivala impumelelo yakho kodwa uJehova kukhona la ezokuvulela khona amasango empumelelo.
...

#IzwaLa ngeke kwenzeke ngoku phazima kweso, qhubeka noku nqonqotha, unganaki futhi ukuthi seku kangaki uzama; yena uzokuvulela.
Kungenzeka kuna bantu abaku hlekisa uma bekubona kanti izinhliziyo zabo zigaya izibozi. Wena uzoba ilento uThixo akudalela yona, noma benga gqiba ngawe bethi soze ube utho, ungapheli amandla ngoba uThixo unamacebo amahle ngawe futhi amacebo aphethe impumelelo yakho.
Noma engabe bathini abantu ngawe, bakhulunyiswa umona wena qhubeka nempilo yakho uyenze ibencono ngoba wena uzophumelela benomona benjalo.
Facebook Page: Mxo Sobahle
Twitter: @MxoSobahle
Instagram: mxo_sobahle
YouTube Channel: #SiyakhuthazanaNje

Comments
Post a Comment