Kune sizathu sakho konke okwenzeka empilweni; isizathu sokuthi uhlupheke, isizathu sezinto ezikwehlele empilweni kanye nesizathu senjabulo yakho.
Futhi konke kune sikhathi sakho okwenzeka ngaso. Ngeke kwenzeke kuwe naku mngani wakho futhi noma kungenzeka ngeke kufane.
Inkinga nje uzocabanga ukuthi okwakho kunzima kuno kunye kanti kune sizathu sokuthi kuwe kwenzeke ngaleyo ndlela. Akekho umuntu othanda izinhlungu.
#AwushoKe kungani ubekezelela ubuhlungu ngoba la kune zinhlungu injabulo ayihlali? Kungani uphilele ukuzwa izinhlungu ongakwazi ukuzi shiya emuva la ezifanele ukuba khona? Kungani pho ulokhu ukucabanga?
Vulela isikhala senjabulo, ungami ngezinhlungu.
#IzwaLa ungayeki ezothando uphethe ngokuzwa ubuhlungu ngoba njalo wena uma kukhulunywa ngothando kuvuka iminjunju. Ungayeki ngenxa yokuthi lake lawa ibhizinisi lakho ngoba uzohlezi uzizwa njenge sehluleki uzibona kunga kufanele ukuzi bambela.
#bambaLa kumele uwe ukuze uvuke. Kumele uwe ukuze ubone amaphutha akho. Kumele uze wenze kancono ngesikhathi esilandelayo.
Impilo injalo nje, kumele uhlushwe so that you can appreciate labo osondelene nabo abaku phatha kahle.
Kumele ukhale nje uzwe ubuhlungu bese usuka kulezo zinhlungu. Kumele udlule kukho konke kwazise konke kune sikhathi esibekiwe okumele kwenzeke ngaso. Uma seku dlulile; nawe dlula ngomzimba nange micabango ungalokhu ukwetshisa.
#bukaLa akekho umuntu ophinda phinda iMovie ayaziyo nemborayo. Kungani wena ubuyekeza ipast ngoba isidlulile, bhekana nenamuhla ngoba ikusasa ngeke lihlehle nalo libheke wena.
Stop sulking, pick yourself up and move forward. There is no way to undo what has happened.
Never allow your past izenzele ngawe namuhla, isidlulile nawe yeka ukuqalaza emuva. Isimo ngeke sishintshe wena unga shintshile kepha nguwe kuphela ongashintsha isimo sempilo yakho.
#SiyakhuthazanaNje

Comments
Post a Comment