Ngisho ungaba isidlakela sesigora uma nje ungenayo imali awulutho kubantu.
Nazi izinto obhekana nazo uma ungena mali eskhathini sanamuhla:
* uma uke wakhuluphala kuthiwa udla njalo.
* uthi usuncipha emzimbeni bathi kanti udlelaphi ngoba udla kangaka.
* uthi uyaqonywa kuthiwe uzoyenzani intombi unga sebenzi, baku phuce yona bethi akuna ntombi yadlala uskhwama kamahlalela.
* uthi uyawasha kuthiwe uyithenge nini insipho.
* uthi uya edolobheni baku buze ukuthi imali yoku gibela uyiphiwe ngubani.
* uthi uyalala baku balisele ngokuthi uzofesa nini.
* uthi uvula ifridge uzifunela amanzi kuthiwe; waze wane sibindi bo, wazi kahle ukuthi awufakanga lutho kulo.
* uthi uya endodeni yakho kuthiwe uyitshele ikuphe imali uzothenga ama cosmetics uyeke ukuba qedela awabo.
* uthi ubeka umbono bethi umuntu ongenayo imali akanalo izwi.
Izona kanye lezinto ezenza ukuthi uma unga sebenzi uzibone ungeyena umuntu, uzizwe ungamukelekile uze ukhethe ukukipita ube ungathandi kepha uphoqwa isimo sokuthi sewu jikelwe nanga bakini.
#bukaLa uqomela imali to fit in kontanga ukuze kunga bonakali ukuthi awusebenzi. Uzithole une cellphone enkulu engenayo ne airtime, angithi bazo kuhleka bethi uphatha usgedlemba.
Ngabe sibukela phansi abantu abanga kalitholi ithuba loku sebenza? Ngabe sibenza izigqila emakhaya bahlanze indlu size siba washise nezimpahla zanga phansi ngoba sithi ngiwashele ngizo kuholela?
#AwushoKe kungani kube sengathi labo abanga sebenzi abafanele ukuthandwa? Kanti uthando lwa namuhla selwaba imali yini?
#bambaLa nabo banga bantu ukuthi nje inhlanhla ayikafiki kubo.
Umuntu ngumuntu ngabantu
#SiyakhuthazanaNje

Comments
Post a Comment