Inkinga enkulu ukuvuka ekuseni ungazi uzokwenzani osukwini nokugcina kuphele unyaka ekhanda iminyaka impilo yakho imile ngoba ungu mahlalela.
Noma engabe yini lena oyenzayo ukuthithukisa impilo yakho uma usasozakala kuyo qhubeka nayo ngoba iyona ezoshintsha isimo sakho uhlukane nokuba umahlalela.
#bambaLa unganaki ukuthi abantu bathini ngokwenzayo okuthuthukisa impilo yakho kepha naka ukuthi lokhu okwenzayo nomosha ngakho isikhathi sakho kukusiza kuphi wena.
#IzwaLa akusibo bonke abantu abazokuseka ngemizamo oyenzayo ngoba abanye abafuni ubadlule ngezinga lempilo, bakhombise ukuthi unawo amandla okwenza izinto zenzeke.
Sonke sidalelwe impumelelo bese kuba kithi-ke ukuthi sizimisele kangaka nani ukuphumelela.
| @MxoSobahle® |
#SiyakhuthazanaNje™

Comments
Post a Comment