Uma uwa ekhishini; awuhambi ngesisu uthi uzovuka ekamelweni kepha uwa khishini uphinde uvuke khona futhi ekhishini.
Ukuthi sewawa kangaki akubalulekile kepha okubalulekile ukuthi uvuke wenzani ngemuva kokuwa. Kakade soze wavuka ungakaze uwe.
Nakuba wonke umuntu ethanda ukuvuka kumele kungabi bikho namunye ozosola omunye umuntu ngokuwa kwakhe ngoba uma esevuka kuzozuza yena.
| @MxoSobahle® |
#SiyakhuthazanaNje™

Comments
Post a Comment